Silepe obomvu umuthi wezitha, uma uzodlula kwizitha zakho uyawugaya uwuthake neminye imithi yezitha, uwuthele esandleni bese uyakhuluma usho ukuthi izitha zami azizichamele zishawe wuvalo, bese uyahamba uyodlula kuzona. Uyakwazi ukuwusebenzisa futhi njengesikhafulo sebhodlela uwufaka emanzini, uwufake ebhodleleni, bese uyakhuluma ofuna kwenzeke kwizitha zakho. Uyangena emithini eshaya abathakathi.
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |